SHEMBE SERMONARY

Lesisiteshini siqukethe izinto ezinhle nezimnandi ngobuNazaretha(BASEBUHLENI).

Singabala Izingoma(Izihlabelelo), Izinkulumo(Izintshumayelo) kanye noMgidi
waseKuphameni(EBuhleni) nokunye okuningi,Inhloso ukuthi uhlale wazi izindlela
zoMkhululi wethu noma ngabe ukuphi noma inini ikakhulukazi uma ukudinga
ukuze uzokwazi ukugcina noma ulonde inhliziyo yakho endleleni Yakhe.

Ungakhohlwa ungidlulisela nakwabanye nawe onakho ngoba uyathokoza uMkhululi ngabo abahambisa izwi Lakhe.