SIMISO MTAMBO

le channel eyezingoma zamazion. ziqoshwa ngaphandle kokuzilolonga. Eziningi zazo ziculwa umuntu oyedwa . Lizokhuphuka izinga lazo uma istudio sesikhandiwe. Okwamanje ngithathe isinqumo sokuqhubeka ngiqophe ngoba ziningi izingoma. Uzokhula ngendlela umsebenzi. Angingabazi ukuthi ziyezwakala amagama aphinyiselwayo , lokho kusho ukuthi uyafika umlayezo kumuntu olalelayo. Ngifisa ukuthi leCHANNEL ifane neNCWADI YAMACULO , ngokusekela kwenu nangokuxhasa nangobono kungaba yimpumelelo. Ngiyabonga