Ithungelwa Ebandla

Sibheka izinkinga ezingadingi INYANGA noma UMTHANDAZI kodwa EZIDINGA WENA qobo ukuthi UZELAPHE ngokuba neqiniso EMSAMO wakho.

Uma kuba khona isidingo sokwethekela enkolweni, sizocinga ENKOLWENI ehambisana NAMASIKO NESINTU SETHU