Imacsoul - Umuntu Uyahlonishwa (Official Visualizer)
Автор: IMACSOUL SA
Загружено: 2025-07-22
Просмотров: 66256
Imacsoul unleashes his first anticipated visualizer from his classic debut album titled ISIDLEKE, available on all digital platforms. Link Below.
https://orcd.co/isidleke
Visuals shot by : Creative Curious
Directed and edited by : Creative Curious
Additional character : Buhlebethu Mphuthi
LYRICS:
Lenhliziyo ebengikthanda ngayo
Iyekele iyothanda abanye,
Iwashi alivumi lithi iskhathi sethu sesadlulile,
Lenhliziyo ebengikthanda ngayo wena iyekele iyothanda abanye,
Iwashi alivumi lithi iskhathi sethu sesadlulile,
Ngikunikeze lwakuhlula
uthando lwami wena
Ayisekho into engingaykhuluma nawe
Ngiyeke,
Hlukana nami phansi uyeke inhliziyo iphumule,
Hlukana nami phansi uyeke inhliziyo yami iphumule,
Ayisekho into engingayikhuluma nawe
Ngiyeke,
Ungiphathisele lomyalezo
ku Babekazi wakho,
Umuntu Uyahlonishwa
ngoba ikusasa alaziwa,
Ungiphathisele lomyalezo
Naku Mam'ncane wakho,
Umuntu Uyahlonishwa
ngoba ikusasa alaziwa,
Umuntu Uyahlonishwa
(Noma ngabe akanalutho)
Umuntu uyahlonishwa
ngoba ikusasa alaziwa,
Umuntu uyahlonishwa
(Noma ngabe akanalutho)
Umuntu uyahlonishwa
Ngoba ikusasa alaziwa,
Hhey osekusele ke phakathi kwethu ilona ingemuva, (yey futhi akukho okunye)
Inhliziyo ivukwa yisenyelo noma ngikubuka,
(Yalimala umoya)
Akusiweni owathi uyakuthanda kuze kufike ukufa, (waqamba amanga)
Waphendukezela iqiniso ei wacishe wangibuyisela emuva,
Usuthi kubangani bakho yimi
Umuntu omubi yimi
Uthi iphutha lingakimi
Usungibheca ngobubende
nenyama ngingayibonanga
Unembeza ufakazi,
ngikuthade Ngakithi kwaziwa
Bazi nakini
Bebekuthanda nakithi,
Indaba ingechwane esidlekeni iqiniso niyalazi,
Angenzanga lutho mina
Langa esahlukana ngalo thina
Ilona langa owafa ngalo kimi,
I had to unlearn how to love you kwasekuphoqa isimo ungasafanele nina,
Ilanga esahlukana ngalo thina
Ilona langa owafa ngalo kimi
I had to unlearn how to love you kwasekuphoqa isimo,
Ngikunikeze lwakuhlula
uthando lwami wena
Ayisekho into engingaykhuluma nawe
Ngiyeke,
Hlukana nami phansi uyeke inhliziyo iphumule,
Hlukana nami phansi uyeke inhliziyo yami iphumule,
Ayisekho into engingayikhuluma nawe
Ngiyeke,
Ungiphathisele lomyalezo
ku Babekazi wakho,
Umuntu Uyahlonishwa
ngoba ikusasa alaziwa,
Ungiphathisele lomyalezo
Naku Mam'ncane wakho,
Umuntu Uyahlonishwa
ngoba ikusasa alaziwa,
Umuntu Uyahlonishwa
(Noma ngabe akanalutho)
Umuntu uyahlonishwa
ngoba ikusasa alaziwa,
Umuntu uyahlonishwa
(Noma ngabe akanalutho)
Umuntu uyahlonishwa
Ngoba ikusasa alaziwa,
Ungiphathisele lomyalezo
Naku Mam'ncane wakho,
Umuntu Uyahlonishwa
ngoba ikusasa alaziwa,
Umuntu Uyahlonishwa
(Nanoma kube bengenalutho)
Umuntu uyahlonishwa
ngoba ikusasa alaziwa,
Umuntu uyahlonishwa
(Nanoma kube bengenalutho)
Umuntu uyahlonishwa
Ngoba ikusasa alaziwa.
Доступные форматы для скачивания:
Скачать видео mp4
-
Информация по загрузке: