Популярное

Музыка Кино и Анимация Автомобили Животные Спорт Путешествия Игры Юмор

Интересные видео

2025 Сериалы Трейлеры Новости Как сделать Видеоуроки Diy своими руками

Топ запросов

смотреть а4 schoolboy runaway турецкий сериал смотреть мультфильмы эдисон
dTub
Скачать

BHODLA NDODA 😭😭😭Episode 02 | Ngalolo suku kwafika ukuthi angidonse umese ngimgqume 😭😭😭

Автор: SELECT AFRICA TV

Загружено: 2025-07-07

Просмотров: 12646

Описание:

Bhodla Ndoda Talk Show entsha etholakala kwi Select Africa TV, eyakhelwe ukuba ipulatifomu evulekile lapho amadoda ekwazi khona ukukhuluma, ukuveza imizwa yabo, kanye nokwabelana ngezinto abazibhekana nazo nsuku zonke. Siyazi ukuthi amadoda amaningi ahlupheka buthule, besindwa yizinkinga zobudlelwano, ezezimali, ingcindezi yomphakathi, kanye nezindaba zomndeni nezomsebenzi, kodwa bengenandawo yokuthi bakhulume ngokukhululekile.

Lapha ku-Bhodla Ndoda, sithi "Asibhodle Ndoda! Asithethe lendaba!". Siphula uthuli lwezinkolelo zokuthi amadoda akumele akhombise ubuthakathaka noma ukukhathazeka. Sifuna ukudala indawo ephephile nenesizotha lapho wonke umuntu ezwa ukuthi izwi lakhe liyabaluleka.

Sizoxoxa ngezihloko ezifana nokuphathwa kabi ebudlelwaneni, ukulahlekelwa umsebenzi, izikweletu, ukukhuliswa njengendoda, impilo yengqondo, ukungabi nazo izinsiza, nezinye izinselelo ezinzima ezibhekene namadoda anamuhla.

Uma nawe uyindoda osuke usathi, "Angisakwazi ukuthula. Sekuyisikhathi sokukhuluma," le yindawo yakho.

Bhodla Ndoda – Asithethe lendaba, siphule ukuthula! Ungasithinta ku 072 866 5371 noma uthumele email : [email protected]

BHODLA NDODA 😭😭😭Episode 02  | Ngalolo suku kwafika ukuthi angidonse umese ngimgqume 😭😭😭

Поделиться в:

Доступные форматы для скачивания:

Скачать видео mp4

  • Информация по загрузке:

Скачать аудио mp3

Похожие видео

NEW SHOW || ISO~NGESO || Wathenga abameli ukuze ngingayitholi imali yamafa  || NGAKWENZANI??

NEW SHOW || ISO~NGESO || Wathenga abameli ukuze ngingayitholi imali yamafa || NGAKWENZANI??

Isifike kuph Le video yami noNgizwe Mchunu... Shono indawo osibuka ukuyo

Isifike kuph Le video yami noNgizwe Mchunu... Shono indawo osibuka ukuyo

 I HAVE A CRUSH ON YOU❤️  Ep43💙S3 |

I HAVE A CRUSH ON YOU❤️ Ep43💙S3 |

Umhlabe umfazi aze asuze imbiza kaMagumede 068 887 2112 | African Product

Umhlabe umfazi aze asuze imbiza kaMagumede 068 887 2112 | African Product

Wuno Eyabuziza eddykenzo  ebibuzo ebimunyiza kus  spark Tv bush bushaman days ewa bobiwine

Wuno Eyabuziza eddykenzo ebibuzo ebimunyiza kus spark Tv bush bushaman days ewa bobiwine

Ep 538 He Has A Kuku On His Head, He Slept With A Sangoma's Wife

Ep 538 He Has A Kuku On His Head, He Slept With A Sangoma's Wife

     Ngiyamthanda lomfana kodwa ngeke ngimphoqe  I HAVE A CRUSH ON YOU❤️ Ep35 💙 S3

Ngiyamthanda lomfana kodwa ngeke ngimphoqe I HAVE A CRUSH ON YOU❤️ Ep35 💙 S3

Hon. Sangoni Calmly EXPOSES Matlala's Lies with Soft Questions

Hon. Sangoni Calmly EXPOSES Matlala's Lies with Soft Questions

Кровь Бабиты Деокаран говорит снизу, информаторы победят — Эшли Солс рассказывает Кэт

Кровь Бабиты Деокаран говорит снизу, информаторы победят — Эшли Солс рассказывает Кэт

Alisali elika Adv Baloyi nethimba lakhe kubufakazai buka Gwabini

Alisali elika Adv Baloyi nethimba lakhe kubufakazai buka Gwabini

Didar Hitrowski Aradan Cykdy Sonky sozleri 🥺

Didar Hitrowski Aradan Cykdy Sonky sozleri 🥺

Leslee Neshehe finally breaks her silence|Did Actor Mutodi pay the price for fame before he passed

Leslee Neshehe finally breaks her silence|Did Actor Mutodi pay the price for fame before he passed

U shongwe fakele u Matlala ingcindezi,empheka ngesizulu yonke imibuzo enzima

U shongwe fakele u Matlala ingcindezi,empheka ngesizulu yonke imibuzo enzima

UYAPHUMA ENGISHIYE EYOTHENGA IKUKU NGAPHANDLE  - SILUNGISA UMJOLO EP 185

UYAPHUMA ENGISHIYE EYOTHENGA IKUKU NGAPHANDLE - SILUNGISA UMJOLO EP 185

NEW SHOW || ISO~NGESO || Ukhulelese zonke izingane zakhe eziphindiselela || NGAKWENZANI??

NEW SHOW || ISO~NGESO || Ukhulelese zonke izingane zakhe eziphindiselela || NGAKWENZANI??

  Okade Ejola nekhehla usefuna uBen 10 | I HAVE A CRUSH ON YOU❤️[  Ep38💙 S3  ]

Okade Ejola nekhehla usefuna uBen 10 | I HAVE A CRUSH ON YOU❤️[ Ep38💙 S3 ]

HG: Tejenli gallaçylar özlerine berilmeli azodyň 25% kemeldilýändigini aýdýar

HG: Tejenli gallaçylar özlerine berilmeli azodyň 25% kemeldilýändigini aýdýar

DERELEEN JAMES ATTACKS CAT MATLALA LIVE IN TV

DERELEEN JAMES ATTACKS CAT MATLALA LIVE IN TV

SOWETO PODCAST THE PARANORMAL SHOW EP13 I LOSTMY MIND AND 2 OF MY FRENDS DIED AFTER ROBING A SANGOMA

SOWETO PODCAST THE PARANORMAL SHOW EP13 I LOSTMY MIND AND 2 OF MY FRENDS DIED AFTER ROBING A SANGOMA

Amaphoyisa acuya imoto yami e13 eAlex.

Amaphoyisa acuya imoto yami e13 eAlex.

© 2025 dtub. Все права защищены.



  • Контакты
  • О нас
  • Политика конфиденциальности



Контакты для правообладателей: [email protected]