Kufufusa impi yesigodi eZembeni kwaCeza
Автор: IGULA TV
Загружено: 2026-01-07
Просмотров: 3937
Impi yesigodi iqala ngokuncane kugcine kufa abaningi. uMndeni wakwaZondo ukhala ngamaphoyisa angafuni kusebenza Kahle nokuholela ukuthi kungabulawana.
Ngonyaka ka 2024 kwaba nesigameko sokushayana kwabafana owakwaNyandeni eshaya owakwaZondo kwavulwa icala amaphoyisa akwaCeza ahluleka ukubopha lowo oshaye omunye kuze kube manje usaqunguza futhi uyatshitshiya mayebona abomndeni wakwaZondo.
Nyakenye kuphinde kwaba nesigameko so kuhlaselwa kwabo abafana bakwa Zondo bashaya balimaza nomama wakhona kwaNyandeni oganele kwaZondo ozala abafana, wangalivula icala ngoba ethi kusekhona elilengayo alavulwa okungakaze kuboshwe musho lokhu kwenzeke ngawo amaholidi ka December beyoganisa ngaseShonalanga kwaCeza.
Esokugcina isigameko esokugwazana kwabafana okubandakanya bona abakwaNyandeni begwaza owakwaZondo, owakwaMasondo nomunye wesithathu balaliswa esibhedlela, mabephuma bayovula icala kwaboshwa abakwaNyandeni.
Icala livuliwe emaphoyiseni akwaCeza, kwathi abakwaNyandeni nabo bavula icala bethi abakwaZondo yibo abaqala impi. Umfana wakwaZondo owagwazwayo walimala unede wacosha ukuthi amaphoyisa ufunwa amaphoyisa wadla phansi ubuza kuthi uzoboshwa kanjani ku nguye owalimala. Njengamanje amaphoyisa azingela yena. UMndeni wakwaZondo uyakhala ngamaphoyisa ukuthi ukungawenzi Kahle umsebenzi wawo Kahle sekudale lezinkinga ezingaka nokwenza basabele impilo yabo.
#fypシ゚viralシfypシ゚viralシalシ2024lシalシ #izindaba #news #viralreelschallenge #voiceeffects #africa
Доступные форматы для скачивания:
Скачать видео mp4
-
Информация по загрузке: